Rise Again cover

Phakade Paroles

Lira

Album Rise Again

Paroles de Phakade

Nguwen' obengimcela kumDali wam
Mangikhuleka ngingedwa
Ngicel' uthathe isandla sami
Unginikuqoba lwakho kuzekube ngunaphakade

Phakade Na phakade

NaPhakade

Ngifunukubanawe

Namhlanje

Kuze kube ingunapahakade

Kuze kube nguna phakade

Sengimtholil' engizohlanaye
Ngakh' impilo naye
Ngimthokozise
Wena uyintokozo yami
Uyisipho esihle
Empilweni yam'
Ivulekil inhliziyo yami
Manje sengiholwa nguthando
Ngikunika lonke ithemba lami... NaPhakade

Ngifunukubanawe

Namhlanje...

Kuze kube ingunapahakade...

Kuze kube nguna phakade

Ngibonga ngaloluthando
Ongiphalona...
Ngibonga nangenhlonipho...
ongibonisa yona
Ngibonga negama lakho
Ongipha lona
Ngingowakho
Kuzekube ngunaphakade...

Phakade Na phakade

NaPhakade

Ngifunukubanawe

Namhlanje...

Kuze kube ingunapahakade...

Kuze kube nguna phakade